| Nomakanjani? |
|---|
| Chorus |
| Nomakanjani we dali wam' |
| Ngeke ngikushiye |
| Siyofa silahlane |
| Nomakanjani we dali wam' |
| Ngeke ngikushiye |
| Siyofa silahlane |
| Noma bekuthuka |
| Bathi awugezi |
| Unuk’umlomo |
| Ngikuthanda unjalo |
| Nomakanjani |
| Chorus |
| Noma bengithuka |
| Bethi nginuk’umlomo |
| Ehh dali wami ungithanda unjalo |
| Unjalo Unjalo Ehh Unjalo |
| Ungithanda unjalo |
| Nomakanjani nomakanjani |
| Nomakanjani |
| Sondela sthandwa sami |
| Sondela sweety lami |
| Ohh ngisho ngayo ikhanda yami ey’khulu yo Nomakanjani nomakanjani |
| Nomakanjani |
| Chorus |
| Noma bekuthuka |
| Bethi umubi |
| Unekhand’elikhulu |
| Ngikuthanda unjalo |
| Noma bekuthuka |
| Bathi awugezi |
| Unuk’umlomo |
| Ngikuthanda unjalo |
| Nomakanjani |
