
Дата випуску: 12.09.2019
Мова пісні: Коса
Lomhlaba Unzima |
Baba benomama ayi bo |
Lomhlaba unzima |
Baba benomama ayi bo |
Umhlaba unzima |
Baba benomama ayi bo |
Lomhlaba unzima |
Baba benomama ayi bo |
Umhlaba unzima |
Bathi hallelujah! Amen! Sivula ngomthandazo |
Ngegama likaJesu uNkulunkulu uThixo weymangazo |
Nkulunkulu wamazulu xolel' abasonayo |
Sohlangan' e-Galile kuyoba mnandi bengekh' abasontayo |
Shwele baba thethelel' izono zami |
Akukho lula ukuba yim' inzondo inami |
Nam' angilazi icala lami isono sami |
Izitha zyangiladela vika dloz' amandl' enkabi |
Ngizomemeza uNkulunkulu wamabhinca |
Uzosabela iythukuthuku mabezidla |
Ngisele ngedwa iynxushunxushu bayang’gila |
Ngihlupheke kakhulu ngiwa ngivuka iNkosi isiza |
Bathi khala zome mtaka-ma uyokhala kuzwe bani |
Uphenduk' intandane inyembezi ziwela phansi |
Sal' usubuya Nkulunkulu wama bhinca |
Ngizogqok' uBrentwood ngizocothoza 'masufika |
Baba benomama ayi bo |
Lomhlaba unzima |
Baba benomama ayi bo |
Umhlaba unzima |
Baba benomama ayi bo |
Lomhlaba unzima |
Baba benomama ayi bo |
Umhlaba unzima |
Ayy! zyolal' insizwa kuyosal' iybongo |
Syobamb' ishisa kuyosab' iynongo |
Zyoland' indlondlo zyoshiy' izono |
Bek' ithemba kuMdali kuyoqhum' iybongo |
Sikhalile kwenela kunzima nokuyifakaza |
Usithathel' amaqhawe inhloso yakh' ukusihlakaza |
UMgqumeni iNdidane was’ugcina ngeChalaha |
Kukhon' okusesifubeni kodwa kunzim' ukuk’phalaza |
Sal’usubuya Nkulunkulu uyaz' awudeli |
Isizwe sojabula inxushunxushu uyaz' aypheli |
Usivikele kwiyphukuphuku yaz' ayqeni |
Ibhinca lizojabula lizokikiza ingez' aypheli |
Alusekh' uthando ihlekisan' ihlomelela |
Unzim' umhlaba isibheken' ibophelele |
Awu buya baba isizwe sakh' usithethelele |
Ukukhal' akusizi inyembezi sekumoshakele |
Baba benomama ayi bo |
Lomhlaba unzima |
Baba benomama ayi bo |
Umhlaba unzima |
Baba benomama ayi bo |
Lomhlaba unzima |
Baba benomama ayi bo |
Umhlaba unzima |
Назва | Рік |
---|---|
Ushun Wenkabi | 2021 |
Ivikela Mbuso | 2021 |
Ichwane Lenyoka | 2021 |
Mali Eningi ft. Riky Rick | 2021 |
Umuzi eSandton | 2021 |
Yakhala iPhone | 2021 |
Ama Million ft. Cassper Nyovest, MusiholiQ | 2019 |
100 Bars | 2019 |
Wena Wedwa ft. TruHitz | 2019 |
Ubuhle Bakho ft. Inkosi Yamagcokama | 2019 |
Ungqongqoshe Wongqongqoshe (50 Bars) | 2019 |
Ugogo ft. Ntsiki Mazwai | 2019 |
Vuma Dlozi ft. Mnqobi Yazo | 2019 |