Інформація про пісню На цій сторінці ви можете ознайомитися з текстом пісні Vuma Dlozi, виконавця - Big Zulu
Дата випуску: 12.09.2019
Мова пісні: Коса
Vuma Dlozi |
Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la |
Zinyawo zami baleka |
Ngibon' usizi oluzayo la |
Awu mina anginakulimela |
Wololo ma wololowo wololowo mama |
Wololowo ma |
Wololowo |
Aw ngithi vuma, vuma |
Vuma dlozi lami |
Vuma, vuma |
Aw ngithi vuma, vuma |
Vuma dlozi lami |
Vuma, vuma |
Ngokuphumelela kwami, ngathol' amazondo nganilaya |
Ekuhluphekeni kwami, ngashiywa naw’gogo ngakhala |
Aw’ngivikele dlozi lami, ngiy’nkabi ngingqongqo nginganixaka |
Awu xola sitha sami, ngathatha nendondo nayisaba |
Thokoza gogo, lempumelelo kodwa isingifakele izitha |
Ngahlomul' indondo, ngokuphokophela |
Ngezwa sekukhonkoth' izinja |
Ngaziphonsel' ithambo zaxabana zodwa |
Wenkabi bokhuza amadika |
Ngadons' uBrentwood ngangena kungezo |
Ezami ngaziphonsela ipizza |
Inkabi inganigila |
Ngaybiza nabhimba |
Ngazibiza ngenkabi, nazibiza ngeynkabi, bafana nganidibha |
Ngoshuni nginganixina |
Ngenduku nginganidinda |
Ngazigubhel' umgodi, bangilethel' isdumbu |
Ngavele ngasigqiba |
Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la |
Zinyawo zami baleka |
Ngibon' usizi oluzayo la |
Aw mina anginakulimela |
Wololo wololowo wololowo mama |
Wololowo ma wololowo |
Aw ngithi vuma, vuma |
Vuma dlozi lami |
Vuma, vuma |
Aw ngithi vuma, vuma |
Vuma dlozi lami |
Vuma, vuma |
Shwele Makhosi, ngizwa ngiyasindwa |
Naz' izitha zingilandela |
Isihlalo sobukhosi lesi siyashisa |
Gobel' ungivulel' indlela |
Ngivikele dlozi, ngiphephise kwizitha |
Gogo ke ungishisele impepho (Shwele) |
Angilwi neyngane, mfana usemncane |
Igazi lingakfinyisa ikhehla |
Ning’bamba ngophondo? Yebo inkabi inendondo |
Nginibukela phansi ngoshuni wenkabi |
Ngayigqobha lezozo (Bhasobha!) |
Loshuni oweyndlondlo (Kunjani manje?) |
Yebo umkhaya unenzondo (hhay, hhay, hhay) |
Ngambuyisela emuv' uMafikizolo ngadlal' u 2Bob |
Kuvumil' idlozi, udubile udoti |
Ningangitsheli ngenkabi inganilanda (yezwa!) |
Bavumile ayihloli, ivuyil' indoni |
Ngayshela lentomb' iyangithanda (Shwele!) |
Babhukhel' eGoli, babuyile aniboni |
Nibatshele bandlale ngizolala |
Bachoma ngekhekhe, ngazicelela inkomo notshwayi |
Ngavele ngayihlaba! |
Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la |
Zinyawo zami baleka |
Ngibon' usizi oluzayo la |
Aw mina anginakulimela |
Wololo wololowo wololowo mama |
Wololowo ma wololowo |
Aw ngithi vuma, vuma |
Vuma dlozi lami |
Vuma, vuma |
Aw ngithi vuma, vuma |
Vuma dlozi lami |
Vuma, vuma |
Ngizofika sebedubile |
Ngizoyibiza sebevukile |
Lenkabi sebeyivumile |
Yangena baybiza uBadumile |
Ngizogeza sebegezile |
Ngenduku sebegugile |
Bacutha ngemkhonto ke baphel' amandla |
Inkabi kad' indlulile |
Ngazalwa ngabikwa nashiywa |
Ngabamba zaqina nganixina |
Nganfaka esbayeni, nganiqobel' inyama |
Nakhala ngeyinzipho ngankhipha |
Ngagadla nganithinta nalila |
Ngathatha ngakhipha ngakhwifa |
Nganinik' uBrentwood nachamel' isoka |
Washay' iLosgat ngamkhipha |
Ungangitsheli ngo Skrrr skrrr (Shkr schkee) |
Inkabi ayini feeli (Nah) |
Bakhul' eslungwini, bachamel' endlini |
Lenyefu abaphiphi (ah hhe) |
Ngengezo abazithinti (ah hhe) |
Ezami abayfici (ah hhe) |
Baqhathwa noshuni bakhulum' islungu |
Tolika bathini (Kunjani?) |
Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la |
Zinyawo zami baleka |
Ngibon' usizi oluzayo la |
Aw mina anginakulimela |
Wololo wololowo wololowo mama |
Wololowo ma wololowo |
Aw ngithi vuma, vuma |
Vuma dlozi lami |
Vuma, vuma |
Aw ngithi vuma, vuma |
Vuma dlozi lami |
Vuma, vuma |